IZINDABA

U ESKOM NESIXWAYISO ESIBHEKISWE KWABASEBENZISA UGESI WEKHADI picture

Inkampani ephakela elakuleli ngogesi, u Eskom uthi bonke abantu abasebenzisa ugesi wekhadi kuzomele bashintshe izigubhu, bathole ezintsha ungakafiki …

Read More
KUSHONE OYEDWA KUQUBUKA UMLILO ESIBHEDLELA picture

KUSHONE OYEDWA KUQUBUKA UMLILO ESIBHEDLELA

By Sithembiso Sibisi ·
Oct 24, 2024

Umuntu oyedwa ushonile ngesikhathi kuqubuka umlilo esibhedlela sase Claairwood, e Thekwini, entathakusa yanamhlanje.

Abezimo eziphuthumayo nabezicisha…

Read More
SEKUQALWE  UPHENYO  NGESIDUMBU SOSANA ESITHOLWE SILAHLIWE picture

SEKUQALWE UPHENYO NGESIDUMBU SOSANA ESITHOLWE SILAHLIWE

By Sithembiso Sibisi ·
Oct 25, 2024

Amaphoyisa athi aseqale uphenyo kulandela isigameko sokutholwa kwesidumbu sosana, silahlwe esigangeni, e Waterloo.

Onogada bakwa Reaction Unit South A…

Read More
INGWADLA KUVALWA AMANZI NOGESI EMAHHOVISI KAHULUMENI picture

INGWADLA KUVALWA AMANZI NOGESI EMAHHOVISI KAHULUMENI

By Sithembiso Sibisi ·
Oct 29, 2024

Amahhovisi oMnyango weZemfundo nawe Misebenzi yoMphakathi  ase Mgungundlovu, abhekene ngengwadla yokuvalelwa ugesi namanzi ngenxa yokuhluleka uk…

Read More
SEKUPHAKANYISWE UKUHLOLISISWA KWABADAYISA EZIKOLENI picture

SEKUPHAKANYISWE UKUHLOLISISWA KWABADAYISA EZIKOLENI

By Sithembiso Sibisi ·
Oct 31, 2024

U Mnyango weze Mfundo kwa Zulu Natal, usuphakamise ukuthi o Thishanhloko babahlolisise abantu abadayisela izingane okudliwayo ezikoleni. Lesiphakamis…

Read More
UHLELO LWEZIGIDI LOKWAKHELA ABANTU IZINDLU picture

UHLELO LWEZIGIDI LOKWAKHELA ABANTU IZINDLU

By Sithembiso Sibisi ·
Nov 1, 2024

U Ngqongqoshe weZokuhlaliswa kwabantu , u Mmamoloko Kubayi, ngokubambisana ne Meya yeTheku, u Cyril Xaba, bahambele emijondolo yase Pilgrim X, e Sipi…

Read More
KUKHUTHAZWA UKUCOPHELELA EMIGWAQWENI YASE KZN picture

KUKHUTHAZWA UKUCOPHELELA EMIGWAQWENI YASE KZN

By Sithembiso Sibisi ·
Nov 5, 2024

Inhlangano ebhekele isimo sezulu kuleli, i South African Weather Services, isinxuse abasebenzisa imigwaqo yesifundazwe ukuthi bacophelele kakhulu nje…

Read More
BASOLWA NGOKUBA YIZINKABI ABABULAWE AMAPHOYISA picture

BASOLWA NGOKUBA YIZINKABI ABABULAWE AMAPHOYISA

By Sithembiso Sibisi ·
Nov 5, 2024

Abalisa abane abafe ngesikhathi bedubulana namaphoyisa, eMooi River izolo, kusolakala ukuthi bebeyizinkabi eziyingozi enkulu.

Okhulumela amaphoyisa u …

Read More
KUTUSWE INHLANZEKO KUKHUNJULWA OWOKHOZI picture

KUTUSWE INHLANZEKO KUKHUNJULWA OWOKHOZI

By Sithembiso Sibisi ·
Nov 7, 2024

Izikhulumi ezahlukene ebezithamele inkonzo yesikhumbuzo ka Bonga Ndaba obengumdidiyeli wezinhlelo zezemfundo ku Khozi FM,ebibanjelwe ezindlini zaloms…

Read More
KUKHUTHAZWA UKUPHEPHA KWABEZITOKOFELA picture

KUKHUTHAZWA UKUPHEPHA KWABEZITOKOFELA

By Sithembiso Sibisi ·
Nov 11, 2024

I National Stokvels Association, inxusa bonke abazohlukanisa imali yabo njengoba sekuphela unyaka, ukuthi loku bakwenze ngezindlela eziphephile.

Sekup…

Read More
ZIMKHALELE OSOLEKA KWELOKUBULAWA KWEPHOYISA picture

ZIMKHALELE OSOLEKA KWELOKUBULAWA KWEPHOYISA

By Sithembiso Sibisi ·
Nov 12, 2024

Owesilisa oneminyaka engamashumi amabili nesikhombisa ubudala, uboshiwe kulandela izinsolo zokuthi uyathinteka esigamekweni sokubulawa kuka Mariemuth…

Read More
ZAMUKELWE NGEZINDLELA EZINGEFANI EZOKUSULA KOWOKHOZI picture

ZAMUKELWE NGEZINDLELA EZINGEFANI EZOKUSULA KOWOKHOZI

By Sithembiso Sibisi ·
Nov 14, 2024

Abantu bakuleli, iningi okungabalaleli bomsakazo Ukhozi FM, bazemukele ngezindlela ezingefani izindaba zokusula esikhundleni kobengumphathi wawo, u S…

Read More
Showing items 217-228 of 240
Click here to contact us on WhatsApp