ZIQALILE IZIVIVINYO ZIKAMATIKULETSHENI NAMHLANJE.

By Sithembiso Sibisi · Oct 21, 2024
ZIQALILE IZIVIVINYO ZIKAMATIKULETSHENI NAMHLANJE. picture

Abafundi ababalelwa ezinkulungwaneni ezingamakhulu ayisishiyagalombili abenza umatikuletsheni, baqalile ukubhala izivivinyo zabo namhlanje. Labafundi baqale ngephepha lesithathu, lesi Ngisi.

U Ngqongqoshe weze Mfundo eyisisekelo kuzwelonke, u Siviwe Gwarube, uxwayise imiphakathi ukuthi ingalinge iphazamise lezivivinyo." Lezi izivivinyo ezibaluleke kakhulu kubafundi bethu ngakho sifuna ukuqinisekisa ukuthi akukho okuzophazamisa, namibhikisho ezikoleni. Sifuna nokuqinisekisa ukuthi akukho mibhikisho ezobakhona emiphakathini ngoba sifuna ukuvikela abafundi ngazozonke izindlela."- kuxwayisa u Gwarube.

U Ndunankulu wakwa Zulu Natal uThami Ntuli, ngokubambisana no Ngqongqoshe weze Mfundo esifundazweni, u Sipho Hlomuka,  bahambele esikoleni i Solemamba, eMbumbulu, ukuyoqinisekisa ukuthi ziqala kahle izivivinyo. 

Siyithimba le Ezasekhaya News, sifisela bonke abafundi ukubhala okuhle.

Share on

Comments

No comments yet.
Click here to contact us on WhatsApp